Nomalanga

Zuluboy

FAVORITE (0 fans)

Zuluboy

Mxolisi Majozi also known as Zuluboy is a South African actor and musician from Ntuzuma, KwaZulu-Natal, South Africa. He has worked with legendary South African hip hop artists, most of whom he drew inspiration from such as PRO. more »


0 Views

 Struggling with Nomalanga? Become a better singer in 30 days with these videos!

Ngakushiya we Nomalanga
Nomalanga ngibhala lezincwadi sengiy’joni ehlathini
Ngaphansi kwa Commando uOR
We are looking forward to coming back home
And being with our loved ones
I will write you letters and please send me pictures of the little ones
But for now we have to fight for the freedom of Mzansi

Aw inhliziyo yami ibuhlungu namhlanje

Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)

Sas’hleli ngaphansi komthuzi welanga sidlala umlabalaba
Mhla ngak’sasa ngizohamba
Ngathi noma ngik’shiya Nomalanga
Ngiyohlezi ngik’cabanga
Elokugcina lelanga sindawonye ngik' haga ngik’bamba
Ngiyazi ngiyahamba akusho kuthi ngiyoganga
Ngiyobhala mak’phel’ inyanga
Ngithumele nemali ingane zethu soze zalamba
Sobabili siyazi uhambo lwami amehlo emamba
Landele ulikhiph' ukhamba ngidakwe inyembezi zenkanyamba
Wakhala wangibamba ngamncenga wathamba
Baba k’sasa ngiyahamba ngiy’ eLusaka
Sweety Lavo k’mele ngiyolwela lomhlaba
Iazania ak’siyeyethu nomasiy’banga
Solwel’ umhlamba wobaba sivike amabhubezi silale maweni wentaba
Fak’ igama lami emthandazweni maw’ thandaza
Nomalanga ngiyak’shiya ngiyahamba ngiyozabalaza

Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)

It was 1985 ngipheth’ igeja ngisehlathini
Ngicabanga uNomalanga ephamp’ istove separaffin
Siye esophiatown epartyini sodantsela uMahlathini
Ngidlala amaphupho ngilele emhlabathini
Qamela estinini
Ngivuka amehlo agcwel’ inyembezi ngishay’ idenshini
Ngidons' igeja ngichecke iterrain iqhubeka imission
Exile no fiction, incwadi ayisangeni umeth uziyiseposini
Izolo I had a vison yobuso bakho emva kwe spoon ekitchen
Ngizoyilungisa indaba kabexters injan’ imvula iyangena endlini
Impendulo yami ngiy’thola nini
Iyicwadi zami ayifik’ yini zonke zow16
Ngizobuya ngonyaka ozayo ungilinde estopini
NgoMhlaka 12 kuNhlolanja 1990 Mandela will be out of prison
Okwamanje ngisehlathini I’ll write you again Nomalanga awuthi ngiye fieldini

Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo (wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Wo wo wo wo wo woo woo
Ah ahh ah

Lafika lelo langa k’dala sililindile
Sek’phele iminyaka emihlanu sicrossile
S’nukana nale nkululeko esilwelile
Sgijima sgijimile sishay’ ijambo si crawla sijambolile
Kodwa enalamhlanje angeke lishone ngingambonile
Sathi singen’ emzansi ngishay’ isdwedwe ngiy'cuphile
Izinto azisafani nelokishi selishintshile
Kodwa nabo Spoti basase khoneni bablomile
Ngiphakamis’ isingili hoezit baf’wethu sengibuyile
Bakhala bekhalile ngopetrol okhuphukile
Bangitshela ukuthi umngani wami uporo ubodile
Ngathi ngifika endlini, ingani zam’ zonke seyikhulile
Bonke babethokozile ne o’lady lijabulile
Langibuka emehlweni langibuza ukuthi ngihambe ngidlile
Langihlalisa phansi lang’buza ukuthi kukhona yini engik’zwile
Lang’tshela ukuthi uNomalanga uswelekile

Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo ( wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)
Shiye babo (shiye babo)
Wo wo wo ( wo wo wo)
Wo wo wo (wo Nomalanga)
Nomalanga (bathi shiye babo)

Bathi inhliziyo yami ibuhlungu namhlanje

 Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!

Written by: Jane Twala

Lyrics © BMG Rights Management

Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Discuss the Nomalanga Lyrics with the community:

0 Comments

    Citation

    Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:

    Style:MLAChicagoAPA

    "Nomalanga Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2021. Web. 21 Sep. 2021. <https://www.lyrics.com/lyric/19379436/Zuluboy>.

    Missing lyrics by Zuluboy?

    Know any other songs by Zuluboy? Don't keep it to yourself!

    Watch the song video

    Nomalanga

    113.7K
    5,743     45

    Browse Lyrics.com

    Quiz

    Are you a music master?

    »
    Which famous rapper married reality TV star Kim Kardashian in 2014?
    • A. Kanye West
    • B. 50 Cents
    • C. Jay Z
    • D. Drake

    Free, no signup required:

    Add to Chrome

    Get instant explanation for any lyrics that hits you anywhere on the web!

    Free, no signup required:

    Add to Firefox

    Get instant explanation for any acronym or abbreviation that hits you anywhere on the web!

    Zuluboy tracks

    On Radio Right Now

    Loading...

    Powered by OnRad.io


    Think you know music? Test your MusicIQ here!