Ubaba Akalele
Johnny Clegg
Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!
Ngahlangana nomfo' kasibiya izolo Wathi ""We-Jonathan, angiphathekile kahle mina Ngiphupha ubaba ongasekho ekhomba inkomo yakhe Ngikhumbula engitshela ethi ""wemfana wami Uma ngihamba kulomhlaba wemfana wami Musa ukungifihla ngebokisi Wemfana wami (my boy) Awungebesa ngesikhumba senkomo emhlophe, wemfana wami Awungihambisa ngenkomo emhlophe Inkomo, inkomo kababa, wo-ye-ye-ye! Akalele ubaba ekhaya Akafuni ibokisi, ufuna inkomo Akalele ubaba ekhaya Washo mfokasibiya wathi ""Jonathan lalela lana Ngokushona kababa kwenzeka isimanga Abantu bomndeni babethi bayamdumisa Bamfihla ngebokisi engalifuni Saxabana thina sodwa bomndeni Saxabana ngoba ngathi mina bayasithela ngebadi Benkunzima ngelelolanga sifihla ubaba Benkunzima ngelelolanga Akalele ubaba ekhaya Akafuni ibokisi, ufuna inkomo Akalele ubaba ekhaya Ubaba akalele ekhaya, ugudla isibaya Ibokisi lakhe selimbophile Ufuna isikhumba senkomo yakhe
Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!
Citation
Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:
Style:MLAChicagoAPA
"Ubaba Akalele Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 26 Apr. 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/2218372/Johnny+Clegg/Ubaba+Akalele>.
Discuss the Ubaba Akalele Lyrics with the community:
Report Comment
We're doing our best to make sure our content is useful, accurate and safe.
If by any chance you spot an inappropriate comment while navigating through our website please use this form to let us know, and we'll take care of it shortly.
Attachment
You need to be logged in to favorite.
Log In