Uyakhumbula (feat. Spha)

Bayede Mabuza

0 fans

Bayede Mabuza


4:00

 The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com

Kwaphela amalangabi
Maye Maye
Kwaphela amalangabi
Hhawu weMama
Mama
Uyazi uthando lwakho kudala ngilufela
Maye Maye bo
Ngacela sthandwa ungivumele
Inhliziyo yakho ngiyinakekele
Mama
Kwaphela amalangabi
Mama
Kodwa wavumela omunye adlale ngayo noma besengizibonisile ngiphelele
Ngazibona sengizibuza ukuthi ngabe wangiqoma
Iskhalo sami manje sengisibhala ngalengoma
Saluzama kokuqala wena wathi kimi i-X yakho ngumngani wakho
Saluzama kwesibili ngazibona sengiphenduka isilima
There is no other way kumele siluyeke lothando angeke sikwazi ukuluqhubeka
Ngoba ngiloku ngingqongqoza enhlizweni engazukuvula

Uyakhumbula
Uyakhumbula kwaphela amalanga ngiloku ngikufuna
Hhmm
Ngakuthola ngayizwa imfudumalo
Enhlizweni yami ikhuphwa nguwe
K'dala ngizifela mina
Uyakhumbula
Mntwana womuntu kanti yini
Kwaphela amalanga ngiloku ngikufuna
Inhliziyo yami iyakhala ngawe Thando

Uyakhumbula sihlala ndawonye siphila sobabili
Uyakhumbula sihlala sobabili
Sasihlala kamnandi siphila njengamajuba
Wavumela abantu bangene othandweni lwethu
Bheka manje sekunjani
Wathi kimi uyangithanda Dali
Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali
Ujike kanjani Lavi wami
Wathi kimi uyangithanda Dali
Ohh Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali
Ujike kanjani Lavi wami
Ohhuu Mama
Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali
Ujike kanjani Lavi wami
Wathi kimi uyangithanda Dali
Ohh Kwafika onondaba bayimosha lento yethu bayibaxa Dali

Ohhuu Mama
Wavele wangidalela isphithiphithi
Ohhu Mama

Uyazi ngithanda wena wedwa Lavi
Ohhu Mama

Uyakhumbula
Uyakhumbula
Uyakhumbula
Kudala ngizifela ngawe Ntombi
Uyakhumbula
Mama
Uyakhumbula
Uyakhumbula

 The easy, fast & fun way to learn how to sing: 30DaySinger.com

Written by: Banele Nkosi, Siyabonga Buthelezi

Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Discuss the Uyakhumbula (feat. Spha) Lyrics with the community:

0 Comments

    Citation

    Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:

    Style:MLAChicagoAPA

    "Uyakhumbula (feat. Spha) Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 24 Sep. 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/13071176/Bayede+Mabuza/Uyakhumbula+%28feat.+Spha%29>.

    Missing lyrics by Bayede Mabuza?

    Know any other songs by Bayede Mabuza? Don't keep it to yourself!

    Browse Lyrics.com

    Quiz

    Are you a music master?

    »
    Which movie soundtrack brought second life to "Girl, You'll Be a Woman Soon"?
    A Snatch
    B Reservoir Dogs
    C Shawshank Redemption
    D Pulp Fiction

    Free, no signup required:

    Add to Chrome

    Get instant explanation for any lyrics that hits you anywhere on the web!

    Free, no signup required:

    Add to Firefox

    Get instant explanation for any acronym or abbreviation that hits you anywhere on the web!

    Bayede Mabuza tracks

    On Radio Right Now

    Loading...

    Powered by OnRad.io