Song parody of
Umntwan' Onembeko
by SotshaFire
Here's where you get creative! Use our cool song parody creator to make a totally new musical idea and lyrics for the Umntwan' Onembeko song by SotshaFire.
Simply click on any word to get rhyming words suggestion to use instead of the original ones. You may also remove or alter entire lines if needed — when you're done save your work and share it with our community — have fun!
Angikaze ngibone umntwana onjena
Umntwana onembeko
Umntwana olungile
Umntwana ozithobile
Mina Ngithi ngiyafunga ngaphansi
Buhle bakho Ngithi Hayi umona phansi
Ngisuke nawe ntombi ngale ngase zansi
Cela sihlale phansi
Sincokole kancane
Ngicela ithuba nje
Angimoshi xhesha lakho
Angimoshi xhesha lakho
Awuboni ukuthi Mina nawe sifanelene
Bathetha kabi bano mona masibayeke
Awubheke Mina ngibheke wena sibagezele
Bajonge kahle ngathi sebadl upelepele
Sekwaphela yona imihla namalanga
Ntombazane ngikubona udlula lana
Ngisaba nokuthi, ngibeke udaba lwam
Kuxege amadolo, Ngisaba ukukutshela
Cel ume kancane, ngiyazifela ngawe ntombi
Cel ube ngowam, Siphile okwama juba
Singanaki laba abantu
Sithandane ngempela
Ngifuna wena wedwa
Akekho omunye umuntu ongathatha indawo yakho
Ngithanda wena ntombi, ntombi yangempela
Angikaze ngibone umntwana onjena
Umntwana onembeko
Umntwana olungile
Umntwana ozithobile
Mina Ngithi ngiyafunga ngaphansi
Buhle bakho Ngithi Hayi umona phansi
Ngisuke nawe ntombi ngale ngase zansi
Cela sihlale phansi
Sincokole kancane
Ngicela ithuba nje
Angimoshi xhesha lakho
Angimoshi xhesha lakho
Awuboni ukuthi Mina nawe sifanelene
Bathetha kabi bano mona masibayeke
Awubheke Mina ngibheke wena sibagezele
Bajonge kahle ngathi sebadl upelepele
Sekwaphela yona imihla namalanga
Ntombazane ngikubona udlula lana
Ngisaba nokuthi, ngibeke udaba lwam
Kuxege amadolo, Ngisaba ukukutshela
Cel ume kancane, ngiyazifela ngawe ntombi
Cel ube ngowam, Siphile okwama juba
Singanaki laba abantu
Sithandane ngempela
Ngifuna wena wedwa
Akekho omunye umuntu ongathatha indawo yakho
Ngithanda wena ntombi, ntombi yangempela