Impilo (English translation)

by Sjava




Translation by Sindile Khumalo 
SJAVA – IMPILO (LIFE)
Sekungaze kuf’ umuntu, sekungaze kuf’ umuntu ngenxa yothando? (Must a person’s life be lost, must a person’s life be lost, on account of love?

[Chorus]
Ngiyazi akukho lula umuntu umthanda, ak’tshele ukuthi, uthando luphelile (I know it’s not easy when someone you love, tells you that, it’s over.
Kodwa impilo kumel’ iqhubeke.  (But life must go on)(x2) [Bridge] 
Kuyokusiza ngani ukumgwaza kuyok’siza ngani ukumdubula,umshise. Myekele. (What good will it do you to stab them, what good will it do you to shoot them, to burn them. Let them go.
Kodwa impilo kumel’ iqhubeke (But life must go on) (x2)

 Khala zome, mntakama (Cry your eyes out, dear one)
Sezadlula lezonsuku, sisakhula, sithandana. Kwakumnandi emhlabeni (Those days are past, when we were still young, when we were in love. It was good to be alive. (x2)
 Ngith’akusekho lokho. Sekuy’phupho lokho… (I say, that is over. That is now a dream…)
Ngithi iyanciph’imishado, kwand’imingcwabo. (I say, there are fewer weddings, there are more funerals.)
Ngith’akusekho lokho. Sekuqhuma isililo (I say, that is no more. Weeping begins.
 Iyanciph’imshado, kwand’imingcwabo (There are fewer weddings, there are more funerals.)

[Chorus]Ngiyazi akukho lula umuntu umthanda, ak’tshele ukuthi, uthando luphelile (I know it’s not easy when someone you love, tells you that, it’s over.
Kodwa impilo kumele iqhubeke.  (But life must go on)(x2) [Bridge] 
Kuyokusiza ngani ukumgwaza kuyok’siza ngani ukumdubula, umshise. Myekele. (What good will it do you to stab them, what good will it do you to shoot them, to burn them. Let them go.
Kodwa impilo kumel’qhubeke (But life must go on) (x2)

Anibize abadala bashise impepho emsamu. Nibize nabafundisi bathandaze (Can you call the elders to burn incense. Also call the pastors to pray. (x2) 
Ngoba uma kungenjalo bazophela omama bethu... bazophela odade wethu… zizophel’ ingane. (Because if that’s not done, our mothers will be no more… our sisters will be no more… the children will be no more.)

Sekwanele. Sekwanele. (It’s enough now. It’s enough now.)
Leligazi el’chithekile, selanele.  (This blood that has been shed, is enough now.)

[Chorus]
Ngiyazi akukho lula umuntu umthanda, ak’tshele ukuthi, uthando luphelile (I know it’s not easy when someone you love, tells you that, it’s over.
Kodwa impilo kumele iqhubeke.  (But life must go on)(x2) [Bridge] 
Kuyokusiza ngani ukumgwaza, kuyok’siza ngani ukumdubula,umshise. Myekele. (What good will it do you to stab them, what good will it do you to shoot them, to burn them. Let them go.
Kodwa impilo kumel’qhubeke (But life must go on) (x2)

Written by: English - Zulu Translation by Sindile Khumalo

Submitted on: January 01, 2018

© Lyrics.com