Neezy-shaka

by Neezy




Hook
Ngoba ubaba 
Wayengeke ayvumi lendaba
Ukuthi ngikhule ngidlale abafana
Manje ngzizwa ngvukwa idimoni laShaka

Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka 
Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka x2

1st verse
Anokhuzana bafana.
Makngenjalo emakini itshali lizombathwa.
Ngishinga angsilona ivaka.
Ngfik'Egemini kwadilika umthangala.
Yimi inkunzi klamathafa.
Kfihlwa kfihlwani ngbulala abafana ngenamba.
Angsoze ngaphela amandla.
Ngasenza isthembiso ethuneni lamama,wemathambo kaShaka.
"Asazi noma kyoslungela"
Mathambo kaShaka.
"Asazi noma kyoslungela"
Ey! Owami umkhonto ubkhali
Bayabuzana ulolwa ngani?.
Niphusha kphela umuntu aywele mnganami 
Buka umkhonto ubovu igazi.
Sebezwile ngami.
Lapho sohlangana khona kophenduka idwala ngoba angeke kmile tshani.
Angeke size ngani.
Obaleka ngampela masvela.
Ezami muynyathela uzcelela ukumbelwa, uzojeza'
Akhayeta Akhayeta
Ezami izinja zikhuza I Akhayeta.

Hook
Ngoba ubaba 
Wayengeke ayvumi lendaba
Ukuthi ngikhule ngidlale abafana
Manje ngzizwa ngvukwa idimoni laShaka

Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka 
Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka x2

2nd verse
I feel like T double M
I've waited too much, waited too much.
If they ask you if I'm ready tell them that I'm ready enough 
I've prayed....
Sometimes I feel bad sieeng niggers dead couse I know that I made that shot.
Ngihamba noDingani ngihamba nabo oMbopha kaSthayi.
Couse I know umuntu oyongibulala usebuthweni lami.
Bt as long ngsaphila nje ngyipi.
Khanda lyaspina as if I'm windmill.
Mabefunimpi ubatshela iningi.
Mhla ngfika emhlabeni ngafika  ngifumbethe inqindi.
Sebezamile bahlulekile.
Koda ayphilile basangfuna ngifile.
Muntu oyobulala Mina nimnike  isdumbu Sami nimtshele angipheke angidle.
Inhliziyo yami bayjikile. 
kumanje igqunqe imnyama angeke ngifile.
Mangabulala umuntu ngingamthwala ngyehlathini ngimxebule iskhumba ngimhlinze.

Hook
Ngoba ubaba 
Wayengeke ayvumi lendaba
Ukuthi ngikhule ngidlale abafana
Manje ngzizwa ngvukwa idimoni laShaka

Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka 
Vuka vuka Shaka Vuka vuka Shaka x2

Submitted by: njayibhoza on September 28, 2019

© Lyrics.com