Attraction (feat. Khaya)

Nimbus

0 fans

Nimbus


4:43
#1

 Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!

Ayibizi, Ayibizi, Ayibiziiii
Ayibizi, Ayibizi, Ayibiziiii

Mili mili mili miliyoni. Thixo ngicela ungipha imiliyoni
Noma ngingenaso is'piliyoni, ng'zoy'bamba ngiyenze ibhiliyoni
Kukhal' iqhude kuze k'fik' inyoni, ngicabangana ngale miliyoni
Imoto yama-rims e-silicon, k'mele k'vele ngob' imin' inkosi
Indlu enkulu eno-matrazi, inkosi iyazi ngifun' unkos'kazi
Asiwona ama-popcorn, s'ngama kip kip nama skopazi 
Mawus'phikisa vele ushon' phansi, awazi ukuthi sok'bon'sani
K'dala ngithi as'bamb'sane, wena awufuni ukuthi sibon'sane
Sixoxisane, sixhasane. Wenze ngamabomu, manje uxol'san'?
Queue Marshall awuthi yam'
Angiyifuni i-zola budd ngifuni-Quantum
Izola Budd idabula i'impahla zam'
Mawungafuni suka phamb' kwam', ngoba wena uchitha
I'skhathi sam', ng'zobeka imali ngitheng' i-trans yam' (Yeeey!)

I-Range Ne Porsche, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
I-Double Storie, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Injabulo, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Inkululeko, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako

Sebenza kahle, hhayi kabi. Ningali chithi igazi wezinkabi
Nichith' is'khathi nibang' ibhadi, ngoba nifuna izigidi zamarandi
Sekuyashisa manje akusabandi, lento eniyenzayo angiyithandi
Lezi gebengu, ijele azil'sabi, kuya ngokuthi ubani ophethe imali
Thixo Somandla ubathethelele. Ziningi izindlela zokuphumelela
AmaXhosa athi ndikrelekrele
Ngikhipha okubi kungene umoya ongcwele
Mabengi bona bayangibingelela
Mawumbona umfowethu, ngicela uphind' umtshele
Imthandazo yenu iyangisebenzela. Ungakhohlwa ukusho izimemezelo
Usayakhuphi?
Ethekwini
Uzohamba ngani?
Nge-Lamborghini
Uyobona bani?
Abakini
Ng'sayabochomela nge-Lambo kini
Imoto enjena, angeke ngihlale ngingayithengi
Ungibona nginjena, kanti kuqala bengikhomba amatekisi
Namhla kunjena kuya ngokuthi izola bengitheni
Ngikhuluma kanjena ngoba umlomo uyadala bafwethu

Ngim'cel' uthando wathi angeke ngikuphe
Manje ungifuna eduze, ngoba engibona kude
(Yeeey!)

I-Range Ne Porsche, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
I-Double Storie, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Injabulo, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako
Inkululeko, Ayibizi kangako! Ayibizi Kangako

Bhili bhili bhili bhiliyoni. Thixo ngicela ungipha ibhiliyoni
Noma ngingenaso is'piliyoni, ng'zoy'bamba ngiyenze itriliyoni

 Become A Better Singer In Only 30 Days, With Easy Video Lessons!

Written by: Katlego Mawele, Khaya Mathula, Mlungisi Sithole

Lyrics © DistroKid

Lyrics Licensed & Provided by LyricFind

Discuss the Attraction (feat. Khaya) Lyrics with the community:

0 Comments

    Citation

    Use the citation below to add these lyrics to your bibliography:

    Style:MLAChicagoAPA

    "Attraction (feat. Khaya) Lyrics." Lyrics.com. STANDS4 LLC, 2024. Web. 6 Oct. 2024. <https://www.lyrics.com/lyric-lf/3573606/Nimbus/Attraction+%28feat.+Khaya%29>.

    Missing lyrics by Nimbus?

    Know any other songs by Nimbus? Don't keep it to yourself!

    Quiz

    Are you a music master?

    »
    In "Fanny", the Bee Gees sing "Be tender with my _____, you know how easy it is to break it"
    A Heart
    B Hand
    C Love
    D Glass

    Free, no signup required:

    Add to Chrome

    Get instant explanation for any lyrics that hits you anywhere on the web!

    Free, no signup required:

    Add to Firefox

    Get instant explanation for any acronym or abbreviation that hits you anywhere on the web!

    Nimbus tracks

    On Radio Right Now

    Loading...

    Powered by OnRad.io